clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Nkomo Clan Names

Nkomo Surname info

Yengwayo,
Mageza, Lajani,
Vezi, Phaphe,
Mahlabezula,
Nkundlande!


More information is available on our YouTube channel


Previous

Ngwane

Next

Ntuli

41 Comments

  1. Jack Mzimbili Labase kaZitha Ndawonde

    Please help me out here, I just want to understand the relationship between abantu bakwa Ndawonde noMabaso nabantu bakwa Vezi ngoba omunye omkhulu wakwa Ndawonde athi bayahlobana? What I know abantu bakwa Zitha Ndawonde & Labase ngabakwa Mlotshwa, so I just need clarity in that regard… Thanks in advance

    Here is my whatsapp No: 0734824028

    • Zinhle

      Im married to a Nkomo man from Xopho south coast , but is clan names are very different, NKOMO, NZOYI, KHATHINI, MDLADLA, YENGWAYO, WENA MTHONDO OWUNGENI UNGENA NGOKUCINDEZELWA. MY MOTHER IN LAW TAUGHT ME THESEπŸ€·β€β™€οΈ

  2. Unknown

    Really confused about the Nkomo surname , there is a lot of different information. According to knowledge the Nkomo clan names are :
    Ngubeni
    Magelegele
    Lajani
    Vezi
    Phaphe
    Golela
    Mahlabezulu
    Nkundlande
    Nina enala umlenze wakwa Bulawayo
    Nathi umlenze wenkomoni lo?
    Mantungwa amahle !

  3. confused now.mina ngazi ukuthi abakwa Nkomo yegwayo, ngubeni, golela, ngwadi, zuka, nkumbuzo zika magajana, omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  4. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  5. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  6. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  7. confused engikwaziyo ukuthi onkomo yegwayo,ngubeni,golela,ngwadi,zuka,nkumbuzo zika magajana,omalinga ngokulinga inkomo zamandoda

  8. KUNJALO UNKOMO UZALWA NGUNGOBENI BESE UNGOBENI AZALWE NGU YENGWAYO OZALWA KWAKHUMALO

  9. This comment has been removed by the author.

  10. NingabeNtungwa

  11. Ababiza u Mvikithi abaymuphi uNkomo maknje?

  12. Ngicela ukubuza.. oKunene bahlobene kanjani noNkomo? Ngiyabonga zingane zakwethu

  13. Lol..kuyezwskala Vezi

  14. Yebo Malandela nam ngyazi Lexi I'm conficonfused as well..
    Vezi.Malandela.Zalakwande.

  15. Izona lezi ozishoyo, owakithi wena, Vezi Malandela

  16. Mna ndingu Nkomo lo uliHLUBI

    NKOMO , NGUBENI ,MNTUNGWA, NGENGESI ,NZIPHO' ZIMNYAMA NGOQHWAYANA MALINGE NOYIMA KAMAGAJANE

    HAYI KUYABHIDA NJE KUFUNA ABADALA BAKE BAYIBEKE ICACE LENDABA

  17. Mna ndiku Mankomo ihlubi elihle

  18. Unyanisela hlubi

  19. Uchago = Ubisi in Zulu as well. Look at Zulu synonyms on this website.

  20. Mafinya ngolimi, masula ngomsila umagijima engabuyi njengeganyan,ungcwozway'omuhle, umkhophi odlul'abakhona, umaThons'anzima

  21. Kanindincede ngesiduko so Nkomo abakwa Ntshona please

  22. Ngivumelana nawe bafo .ngoba mina ngazi ukuthi ngingu Khathini,mdladla,Nyathi,Nongalo, mtondo ngangeni ongena ngokucindezelwa

  23. Ai mina i m confused manje

  24. Omageza ngochago ngabakoTshuma

  25. UNkomo mnye nguMhlubi ophuma kwaZulu Natal phantsi kokumkani Langalibalele nokuba wakhe eMaxhoseni or kuMazulu kodwa nguMhlubi qwaba.

  26. Zithini ke eso Nkomo bamaxhosa

  27. Ngiyabonga wethu

  28. Well well bantwana bakuthi,malinga,sqwabane,ngubeni,mntungwa,yengwayo,nkumbuzo

    • Am in Swaziland
      Nkomo nhliziyo sthole magezangobisi nkundlande

  29. Ndebele (Zim) for ubisi.

  30. Uchago kuyini mfokababa

  31. umshiza wezintombi, mageza ngochago,yengwayo,magubane,phaphe,

  32. Sonke sabandawonye ithakazelo zakithi zinde so noma umuphi wathatha lapho ethanda khona

  33. ONkomo Bama Xhosa have their roots in KZN. We were never truly accepted kwa Xhosa. Sorry Ngesi Ngisi

  34. Nami ngiyaxakeka lana phela kusho sesingabaka Khumalo.

  35. This comment has been removed by the author.

  36. Mina ngazi kukhona noMcineka phakathi

  37. Ngamanye amazwi uthi oNkomo bazalwa kithi yini bafo?

  38. now i am confused as well because this is what my dad told me ngezithakazelo zakwa Nkomo
    Nkomo
    Ngubeni
    Malandela
    Izalakwanda

  39. Anonymous

    Nkomo, Ngubeni, Mntungwa!
    Nkomo ebomvu, engakhonjwa ngomunwe, enezinzipho ezimnyama
    eyavula intaba ngezimpondo oqhayaqhwayeni
    ivula inqaba ngezimpondo kwelaseNgome
    Nina enal'ukudl'umlenze KwaBulawayo!
    Abanye bathi bedla bodwa thina sadla ngokuhlanganyela
    Mantungwa amahle!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: