Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.
Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.
β 2025
MBONGENI NTSHALINTSHALI
NGICELA UNGIPHE UMLANDO WAKWANTSHALINTSHALI
nomvula ngcobo
ngicel ungipha umlando wakwaNGCOBO nowakwaMVUBU
Mbongeni Ntshalintshali
izithakazelo nomlando wakwaNtshalintshali
Sam madela
Ngibingelele bengisacela ungisize ngomlando waka Madela nezithakazelo
Jack Mzimbhili Labase
Dambuza Mhlophe Mthabathe
Mlondolozi Ntumba
UNtumba uBuhlase (Not Hlase), mabhala NGOZIPHO (Not ngosiba)
Mbathastan
Mlondolozi
Siyabonga Ntumba ngokuthi ukhanyise, nathi asikwazi konke kodwa sibhala lokho esitshelwa abanikazi baleso naleso sibongo. Sizocela futhi ugcwalise lapho kushoda khona ngo Ntumba.
Mbatha-Stan.
Sakhile Ntumba
ONtumba, oMdumela, Buhlase, Nzima emnyama engeNyamazane, Buthongo bakwaBulolokazi, oBhubhulandaba namhla bengenandaba, oXamu abadla umsingizane, Zinkonjane ezibika izulu liphenduka, uShiki onjenge Nhlabathi.
Mkhokheli
Mduduli , zongoma , qhawuzela , maphungo , mdombothi , bantwini , nambili , wena Mkhokheli owadidula abantu begibel’ u godanga Nzima ngombala langesisindo