Izithakazelo zakwa-Nxumalo
Zwide kaLanga,
Ndwandwe, Mkhatshwa,
Okhabangezinde nezimaqhukubezana,
Nkabanhle,
Wena wase Gudunkomo,
Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto kaZulu,
Nkomo ayihlatshwa , uyothi ungayihlaba yophe amasi njengo mbhelebhele,
Sandla sivikumkhonto njengehawu,
Hlubi,
Sandl’ esimnene,
Somaphunga,
Nonkokhel’abantu bahlatshwe njenge zinkomo!
Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Nxumalo –
Fonela lenombolo:ย 061 868 5163ย wenze i-oda lakho!ย
More about NxumaloEducational videos
๐ SEARCH ๐+ ADD CLAN NAMESโถ UTube Channel

Wazisho ngavukwa usinga kwathi mangigiye. Ngiyaziqhenya ngokuba okwa Nxumalo. From Nana Nxumalo.nanazwide@gmail.com
yizimpela kodwa zyashoda sothondose mthondwethusi frm mxolisi nxumalo kwanongoma
This is wow,uyayshaya lento yokho.4rm nkuleh emandeni. nonkuh082@gmail.com