Nzuza mshazi mahlobo mazilisa debelimdaka ubomvula wena owahlaba iso lesilo ngomuso wahlaba elengonyama

Nzuza mshazi nozishada kamaqhoboza owaqhoboza inkomo zamadoda unozigawula kabili kathathu konakele umajiya kadinuZulu umsuthi umudli

Umziqomela onjengesilwane oqomisa abantu amaqambi
????????????
Thina oMahlobo yithina ke lapha GEBHUZA IZULU NO???ZISHADA KAMAQHOBOZA????