Izithakazelo zakwa-Nzuza
Mahlobo,
Mshazi,
Debelimdaka, Bomvula,
Wena owahlaba iso lesilo ngomuso wahlaba elengonyama,
Nozishada kaMaqhoboza,
Owaqhoboza izinkomo zamadoda,
Umajiya kaDiniZulu kaMsuthu,
Mudli!
Mahlobo,
Mshazi,
Debelimdaka, Bomvula,
Wena owahlaba iso lesilo ngomuso wahlaba elengonyama,
Nozishada kaMaqhoboza,
Owaqhoboza izinkomo zamadoda,
Umajiya kaDiniZulu kaMsuthu,
Mudli!
Β© 2026
Zamar
yithi labo……………
Unknown
Aw yebo yithina nge Mphela
ndumiso
ay ithina ke labo oMshazi, oNozishada kaMaqhoza madoda aw suka!