Kuwana clan names & History

Izibongo zakwa Kuwana zihamba kanje:

Kuwana, Kheswa, Nozulu, Mpofane, isizwe sika Mpangazitha, abaluhlaza njenge litye lomlambo, Vumani kaMguni, Abaza bemacocobela njengokwindla, liyasa liyasibekela. Izulu eladuma lathatha umntu elabekwe emlandu. Izula elahloma ekuseni kwethamele laphangalala. Umkhakhambi weZulu eliphezulu. Amazala Nkomo enamabele amade.

Ngubonde clan praises

Ngubonde
Nyawonkulu
Mnguni !
Hlobโ€™ elingandilโ€™ ezizweni!
Wena kaHhemu laHhemu
Wena wavadla ngenduku washayโ€™ izinkomo zaMaSwazi
Wantshweleza ntshwentshwe!
Wagogozela umlaza nameva!
Zakhwelโ€™ emthini zingenazinyawo!
Ngubonde!!