Izithakazelo zakwa Ngcongo & History
Ngcongo Phambuka Celeshe, Nozisho, Nongwadla, Mkhonto obkhali obala amazwana, Wena owakhonjwa ngomunwe kungakayiwa enyangeni, Mpunzi edla emini ezinye zidla ebsuku, Maqhathula, Wena owaphekwa netshe lavuthwa kuqala, Mumbo omnyama abanye abambo bemhlophe, Wena waseMbo!