AbakwaMabhida bazithakazelo kanje:
Mabhida, Julaza, Sgwaza, Schoko, Malobola ngezinkomo aphinde azilande ekhweni lakhe, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, Udambuza Mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini….. (Mnqolo)

Cwecwe kaMahlobo
Wena wasezintabeni zoThukela
Owaphuma emfuleni iNgwavuma
Mthakathi wezinkomo nezinkomo zothando
Owadla umoya wezinyoni esibhakabhakeni
Cwecwe kaNdaba enkulu
Ohlakaniphile njengezinyosi zasendle
Wena ongashiyi mkhondo kodwa ubonakale emlandweni.
Wena ka ngema
Dlokovu!!
Indabuko yabantu bakwa cwecwe ilapha kwa Nongoma nase Mzimkhulu kodwa namuhla bancane abantu abathwele lesibongo.
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén