izithakazelo

πŸ’›

izithakazelo

Mbulungwane Hills Origin

I want to comment about the name Mbulungwane Hills.
The name Mbulungwane they taken from Mphulokwane wa Maxaxo(Marako) Baga Buleka(Nantswa) this mountain is from Escorts e Qhudeni till in Swaziland e Mbulungwane Hills e Licolweni or e Lukholweni / Lekgoleni

Umlando wakwa Nzama nezithakazelo zabo

Abantu bakwaNzama kusengabantu bakwa Wosiyane, Imvelaphi yabo ikwa Ngcoba bahlobene no Dube, Nyusa nama Qadi. uNgcobo no Mkheshane bazalwa ngu Vumezitha wakwa Nyuswa bahlobene futhi no Shangase.
Abantu bakwa NZAMA Wosiyane baningi eMvoti.

Ake selamanise amakhosi akwa Wosiyane ngoba isibongo nesibongo umlando waso ulandeleka ngamakhosi aso.
Nzama, Manjanja, Khumalo (hhayi Mntungwa), Mvakela, Mashiza, Ngombane, Mvakwendlu, Tshani (hhayi wama Ngwane)
Kukhona nabanye bakwa Wosiyane abazibiza ngo Chamane.

Izithakazeli zakwa Nzama:

Wosiyane, Gcugcwa, Mashiza, Dingila, Mkhandi wensimbi,
Nina enidume ngokugcagca insimbi,
Amanye amakhosi edume ngesithembu,
Nina enawela ngelibanzi,
Kwasala izindondo zacoshwa abafokazane,
Nina baka mfazi kashaywa ngemvubu,
Kodwa ushaywa ngombhombolo wsidwaba,
Zukula kano Mbhoco,
Gcugcwa ka Ncameni,
Nina base Ntendeni.

The context that made it possible for the Nzama people to come under the leadership of the Ngubane can be linked to the different relations that King Shaka shared with various chieftaincies on the western boundary during the 1820s.

Myirha Clan Names

Myirha, mzondi, ziyeka, tambo le nyoka !

Mshayisa clan names

Mshayisa
Madliwa tinyoni
Wena waseNdindi
Wena wasempilatjaka
Wena lowabhekana nemadvofza!

Page 23 of 80764

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén