Skip to content
Izithakazelo zakwa Chili:
- Chili,
- Lushaba,
- Mthuli,
- Lushaba lwenkosi,
- Ngwenya,
- Mgwazi kaQhaqhela,
- Mcwashi,
- Sithole esaya kwaMpanza sabuya sesixhekethisile,
- Bhebheza wena wasezilovini! ?
Izithakazelo zakwa Chibi π Chibi Clan Names
- Chibi,
- Tibane,
- Mlambo,
- Mful’omkhulu ongawelwa muntu,
- Uwelwa zinkonjane kuphela,zona ezinamaphiko! ?
Izithakazelo zakwa Chamane
- Chamane,
- Wosiyane,
- Nzama,
- Mashiza,
- Dingila,Chube,
- MaChube amahle,
- Nombhoco, Chube,
- Gcugcwa,
- Zukula kaNombhoco,
- Zukula, nina baseS’Chamaneni,
- Wena owawela ngelibanzi kwasala … Continue reading >>
Izithakazelo zakwa Chagwe