Zithini izibongo zakwaPhiri?
AmaPhiri ngamaNyasa, adabuka eMalawi/Nyasaland, Iningi labacwaningi lithi Phiri lisho iNtaba ngesiTonga/Chewa, izibongo zisabalele emazweni aseningizimu ne-Afrika. I-Maravi yayiyizwe elasungulwa abantu baseChewa, inzalo yama-Amaravi, endaweni yaseLake Malawi, eMalawi yanamuhla, ngekhulu le-16.