Sima,
Mzulu,
Mageba,
Ndabezitha,
Gobose,
Guga kaNcabheyi,
Malandelwa yintombi ithi ngizeke noma ungenankomo,
Ntombela,
Zulu omnyama ondlela zimhlophe,
Sithole sikandaba,
Sihaw’haw esikhuzwa phansi sikhuzwe phezulu,
Nkombane,
Nogwaja omuhle ngomlenze,
Mtwana,
Ndabezitha!

Yizo izithakazelo zakwa Sima noma zingaphelele!