Tag: amangqika Page 3 of 8
- Dube elimthemde!
- Dube kaBayisa
- Khushwayo!
- Mbuyazi kaThekeli
- Ongathekeli nakwandodakazi
- UZwakele ndoda
- Ongathekelemziniemincane
- Othekelemzinemikhulu
- Ongathekeli kwamakhelwana
- Othekelemanxulumeni
- Nina bakwaDonda kwaMbangambi
- Ndlovu khaliphezinye zilibele
- Nina bakwaNzwakele kaKhushu
- Nina beshumi lamhla munye
- Nina bakwaMagwazebuyelela
- Nina beqhawe lakwaLindukudla Shozi!
- KaFani kaNomkhwayiba
- KaFana fuzamafu
- Dlubuladledle!
- Ntamo ngeyendlondlo
- KaSiphabantu ngokubadlubulela
- Ngeze ngonyama entanyeni
- Ngoba yehle kanzima kanzizimela
- KwaMgwezi wamaduna namathokazi
- KaNomkhwayiba waseKunene
- Silwane kaNjila kaNgothoma
- Mqhawe
- Ngcobomuhle
- Mafukuzela!
Dube elimthende
Nzwakele, Khutshwayo
Maqhama, Lushozi
Mbuyazi akethekeli kubafokazana
Silwane esihle
Mageza ngobisi abanye begeza ngodaka!
Dube elimthende
Wena kaMligwe
Wena kaMbonjane
Wena kaBatshwayi
Wena ongethekeli nakwandodakazi
Uzwakele ndoda
Ongathekel’ emzinemikhulu
Ongathekeli komakhelwane
Othekel’ emanxulumeni
Nina bakwaDonda kwaMbangambi
Ndlovu khaliph’ ezinye zilibele
Nina bakwaNzwakele kaKhushu
Nina beshumi lamhlomunye
Nina bakaMagwaz’ ebuyelela
Nina beqhawe lakwaLind’ ukudla Shozi
KaFani kaNomkhayiba
Ka Fana fuzanamafu
Dlubulandledle
Ntamo ngeyendlondlo
kaSiphabantu ngobubahlubulela
Ngenze ngonyama entanyeni
Ngoba yehle kanzima kanzinzimela
Mgwezi wamaduna namathokazi
Nomkhwayiba waseKunene
Silwane kaNjila kaNgothoma
Mqhawe
Mafukuzela
Qhudeni Mvelase
Owave’ eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso
Mvelase kaGuda
Ongawadl’ amathibani
Mnisi wemvula ilanga libalele
Ngoz’ ovel’ eNyandeni
Ngoza kaMkhubukeli kaGazi
Nina baseMlamlankunzi
Educator, journalist, and editor of Ilanga lase Natal newspaper. First principal of Ohlange Institute. Represented Botswana in international athletics competitions. Alongside the Mkhwanazi, Mbonambi, and Sokhulu clans, the Dube royal family oversees community development funds from titanium mining operations on their ancestral lands. His case follows centuries-old tradition of seeking forgiveness from the monarch, similar to the Magagula clan who received pardon from King Mswati II around 1845 through the intercession of Prince Madzanga I.