Izithakazelo Zakwa Ngiba Clan Names Umlando

Ngiba,
Mabhodla,
Mlungwana,
Mbonambi,
Maphalala,
Mananga,
Mahlaba,
Mbuyazi,
Mshimshazi,
Dlomoshe omnyama owavela kwasoshangane kwabaleka abantu,
Madipha,
Zikhungwini,
Sidlayiya ngendwandwe,
Mahlafuna ahlanze njengomntwana,
Mabhodla maphimise,
Khwifa mancinde abanye,
Gqibigqaba kwezinde nezimfishane,
Mahlaba aluphendule,
Mboqoza uzogwaza inyamazane,
Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,
Ndunakazi,
Bayede,
Wena owadidizisa uZulu wathi bewungapha kanti ungapha,
Wezwaka ethi Ngiba sathe,
Ngiba sathe,
Akuvumi,
Wena owabamba impi uhleka,
Wena ositha kasikho !


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

1 thought on “Izithakazelo Zakwa Ngiba Clan Names Umlando”

  1. Help clan of mbiba please

    Reply

Leave a Comment