πŸ’›

izithakazelo

Tag: amanzi Page 9 of 14

uManzini kaLokothwayo

Iqhawe laka Zulu, uManzini kaLokothwayo leli

Image may contain: 1 person, standing

uShaka kaSenzangakhona kaJama kaNdaba kaPhunga no Mageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane

Image may contain: one or more people

Umfanekiso isilo sakwaDukuza uShaka kaSenzangakhona kaJama kaNdaba kaPhunga no Mageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane.

Umlando oxoxwayo uthi isilo uShaka sizalwa inkosazana yaseLangeni(emaLangeni oDlamini ) uNandi kaBhebhe/ Mhlongo oluzalo luka Lugoloza wakwaDlamini eSwazini endlini yobukhosi lobu ba Mswati 3.

UDlungwane kaNdaba udlungwane wombelebele!
ILembe eleqamanye amalembe ngokukhalipha, uNodumehlezi kaManzi!

Bayedeeee! Zuleliphezulu!

AbaThwa Clan Names, Meaning, Origin & Family History | Umlando

AbaThwa

No automatic alt text available.

AbaThwa solo bayinzalo kaNtu/Mtu noma bona kwaba abokuqala ukuphuma ngenxa yempilo ababeyiphila yokuhamba bezingela bengahlali ndawonye. Iningi labantu lixova umlando wabantu abamnyama nalokhu okubhalwe ngabelungu ebhayibhelini ngoba befuna ukuzithethelela ekugqilazeni indlu kaNtu. UNtu a kuye na umuntu wokuqala kwabamnyama babekhona abamzalayo nabangaphambili kuye, kodwa kuqala ngaye ukuqambeka kwegama. Abantu endulo babenganawo amabizo.

AbaThwa ke bona bahambe bazeΒ bafika kuleli laseNingizimu izwe, kodwa babengagxilile ekuqoqeni isizwe njengezizwe eziningi, bona uma bephilile njena kwakulungile. Iningi labaThwa lagwinywa izizwe ezaqhamuka enhla nezwekazi okungabeNguni, abeSuthu, abeTswana njalo njalo. Izibongo ezingabaThwa ngokwendabuko ezifana no Nxasana noGama zikhona nezinye ,bengibeka isibonelo. Kodwa inzalo yabaThwa ikhona lapha eBotswana ogwadule iKalahari noma seyangena nayo kwimpucuzeko nabo.

Kulesithombe AbaThwa basogwadule lase Botswana, babasa umlilo ngenhlobo endala kungakefiki abelungu basebenzisa uzwathi ukuphehla umlilo.

AmaGcaleka, Meaning, Origin & Family History | Umlando

Amadoda esizwe sakwaXhosa amaGcaleka ngeminyaka yo1900, evunule isintu

Image may contain: 1 person

Page 9 of 14

Β© 2026