Skip to the content
Chonco
- Gambushe,
- Shayimamba,
- Mfomubi,
- Nyongande!
Dludla
Cebisa, Sikhakha
Dludlu
- Mtima,
- Mzomba,
- Skhakhane!
Ngema
Mngadi, Madlokovu
Izithakazelo zakwa Chonco π
- Chonco,
- Gambushe,
- Shay’imamba,
- Nyongande ziy’emhlubulweni,
- Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela,
- Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama,
- Mfomubi!