Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Tag: Dlaba

Mbutho Clan Names

  • Mbutho,
  • Dlaba,
  • Thokozi,
  • Mzingane,
  • Mabhala ngo zipho abanye bebhala ngepensela
  • Sihlahla esikhulu esingahlalwa amakhasabuli ngoba mehlale kuso ayosingcolisa

Msani, Mqadi, Mpofana, Mpanza, Motha Clans

Msani Mtimande, Kunene, Majoka, Nxaba, Mbhekane, Madluvalo, Mthantathwa, Mnguni, Nonqewu, Mgobhozi, Ntetha, Vangisa, Mvuna, Mageza Ngobisi !!! Mqadi Mbuyisa, Hlobose, Read more

AmaBhele Clan Names

Dlambulo, Khuboni, Qunta, Mafu, Langa, Mnomana, Mbutho, Ncwana, noNtanda kuphakanyiswa, Ulanga lokulunga, Umbutho, noMbikazi ngob’umnt’ogxathu akalahlwa,  umafuza afulele njengelifu, Ndabezitha, Read more

Izithakazelo zakwa Ndlela

Ndlela Clan Praises 😍 Ndlela surname

Ndlela,
Bayeni,
Machunu amahle anyathela ngemikhonto esanda kulolwa!


Abakwa Ndlela 😍 Ndlela Clan


AbakwaNDLELA brief History and Origin:AbakwaNdlela ngamaSwazi ngobuzwe. Babemi eBovini kwaNyamenja.EBovini apho yayingumhlaba onendlala kakhulu. Babekholisa ukuza kurweba ukudla emaHlubini, apho Read more


Izithakazelo Zakwa Madida


Izithakazelo Zakwa Madida Ndlela Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madida Whatsapp / call: 061 868 5163 Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwaMnomiya

Izithakazelo zakwaMnomiya

Dlaba,
Shukulas’, Shezi,
Dludle,
Dludl’owadl’imihlambi yamadoda,
Wadl’izinkomo zamaNdebele,
Oyodl’ezikaDlaba uyoceba,
Dlab’ akadleli phansi,
Udle’ edlodlweni,
Abanye bedlela phansi,
Mavulane owavul’ iNkandl’ivaliwe,
Mchube, Mlotshwa,
Wena kaLumbazo, kaZokufa,
Sigananda phum’eNkandla!


Abakwa Shezi


Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:  Shezi  Dlaba  Shukulas  Mnoniya  Dludle  Mncube Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa Read more


Ubude abuphangwa


Ubude abuphangwa lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala. Linda nawe iskhath sakho soze sifike...siyafana nalesi esith ungaphangi Read more

Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:

  •  Shezi
  •  Dlaba
  •  Shukulas
  •  Mnoniya
  •  Dludle
  •  Mncube
  • Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa
  • Sigananda ophum’ eNkandla !

Ama-Qamu kwa Majozi kuthiwa bahlobene nabakwa Shezi.


Ndlovu Izithakazelo noMlando


Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:U-Gatsheni wazala u Lamula,U-Lamula wazala u Zingelwayo,U-Zingelwayo wazala uMpongo,U-Mpongo wazala uNgema,U-Ngema wazala uMdingi Izithakazelo zakwa NdlovuGatsheni, Read more


Mkhwanazi


Abakwa Mkhwanazi (taken from Indabuko Yakho) Abantu bakwa Mkhwanazi babebizwa ngokuthi abakwa Mpukunyoni. Badabuka eSwazini bake bahlala nabakwa Thabethe nabakwa Read more

Ama-Mpondo/Mpondomise

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: