clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Dumakude Page 1 of 2

Shange Clan Praises | Izithakazelo zakwa Shange

Mdima, Dumakude,Bhodla Bakhoth’abafokazana sesidelile, Mathang’ab’shelelezi angangenwa Ngqwayimane,Mphangandawo, Wena owaduma nensonyama, Yamela, Chumisa, Nzimase, Mfaz’omabele made oncelis’umntwana engaphesheya komfula, Sibiside, Goba Filinga kaMfenyana, Zamose, Khwela phezulu, Majub’adl’ukhethe, Ncwincwi ephuza kwezinde iziziba ngoba may’phuza kwezimfishan’umlom’uyagoba.

Myaba Clan Names , Myaba Surname

Izithakazelo zakwa Myaba: 💙

Myaba
Fakazi wendlunkhulu
Dumakude
Dumakude wamakhosi
Thanda Bantu bangakuthandi !!! 🙌

Dumakude Clan History, Umlando, Meaning & Origin

Dumakude Clan History, Umlando, Meaning & Origin
The meaning, origin and history of Dumakude surname is not yet listed.

This surname is prevalent in South Africa.

Click to add info about this surname

Izithakazelo zakwa Hlengwa Clan Names 🙌

Hlengwa Clan Surname

Izikibha nama-jacket/hoodies akwa Hlengwa Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Hlengwa Nongubo
Izithakazelo zakwa Hlengwa Mashasha

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Hlengwa Clan Names

Izithakazelo zakwa Hlengwa 😍 Hlengwa Clan Praises

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Hlengwa Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Hlengwa Nongubo
Izithakazelo zakwa Hlengwa Mashasha

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Hlengwa Clan Names

Hlengwa!

Mashasha, Mlebuka, Dumakude, Ncokela Mngcenge, Bhodla skhoth’ umoya, Nyathela ngensimbi emhlophe, Nina enagqiza ngensimbi ye thusi abafokazane babophela izibopho ezinyaweni nabo bethi bazama ukugqiza ngensimbi yethusi kwasho ukuthi kumnyama kubona !

Moyana Clan Praises

Tshuma Omuhle udlula bedlala impisi engenamngani, Golide, Dumakude, Hushuza, Ntshambi

Nyawo Clan names

NYAWO
DUMAKUDE, MLABA , THANDA ABANTU BENGAKUTHANDI , SAMBANE, PHUMA EHLATHITHINI KWENILE, KUGCWELE IZINGWE NEZINGONYAMA

Izithakazelo zakwaXimba Clan Names

Mlaba,
Nodlela,
Mabhoyi,
Mbewumbili abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana

Msuthu,
Dumakude,
Sambane phuma ehlathini kwenile kulele izingwe nezingonyama,

Mthandi wabantu bengamthandi bethi bayamthanda kanti bayamkhohlisa,
Njona wena wase Mdlangweni
Luvuno wena owavuna abaliwayo!
Mqundane kaMabhoyi!
Nyawo!

Qwabe surname 😍 Uzalo

uQwabe uzala uMahlobo
uMahlobo azale uSidinane
uSidinane azale uKhuzwayo
uKhuzwayo azale uSimamane
uSimamane azale uLufutha
uLufutha azale uMncinci
uMncinci azale uKhondlo
uKhondlo azale uPhakathwayo!

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: