izithakazelo

Tag: enewey Page 4 of 7

Izithakazelo zakwa Mguni Clan Names & History

Mguni,
Nkunzi yenyathi,
Madlala,
eChingwe Chinotadayila,
Tshuphula ka khwali,
Mbikwa,
Ndubazi,
Ntamenkulu,
Jabajaba,
Jiyane,
Mzimela,
Lonkosi,
Nina enahamba nihlalela inkosi umzilikazi,
Bona bengabesikhosini,
Vuka qhina sikushaye inqoboka,
Mkonto owadl’INdinana,
Gubhankomo,
Sangweni,
Mkhele,
Mphankomo,
Mzila kawalandelwa,
Owulandelawayo uyazibambelela,
Khumu!!

Izithakazelo zakwaMadlala Mlipha Clan & History

Madlala!
Mlipha!

USgod’ esasind’ abetshathi,

owase Ngidi nase Ngwavuma
UMzilikazi ka Mashobane;
owawela ngogodo umful’ ugcwele

ihlokohloko lomlambo

Mphephethe!

Kush’ oshayo;

Owadl’ udadewabo wath’ akananyongo

Umhlehl’ ubhabhakazi…

Madlala!!!

Tinanatelo takwaSekwane and Madlala (mphephetse)

Afternoon admin and fellows ngicela luncedzo ngetinanatelo takwaSekwane and Madlala (mphephetse), ngingabonga kakhulu ukuphenduleka.

If anyone knows the clan names for the above mentioned surnames, please add them in the comments below or click this button .

Izithakazelo zakwa Madlala Clan Names

Madlala Clan Names :

Madlala! 🙌
Bhengu,
Mpumuza,
Umsengana omncane,
Kophela amabele sidle inyama,
Abadondolozela ngozipho kwabasesiNyameni,
Abakwanzipho zinde ngokucwebana,
AbaseMkhomazi abaphuma oPhatheni ;
AbakwaSothulase, Abakwambabala eyagweba igijima,
Ukuba ayigwebanga ngabe asikho EsiPhahleni sakwaLokothwayo. Abakwasithole asisengwa ngabezizwe, Sisengwa ngabasekhaya; Abakwamadlala ngendlovuZonke izizwe zingakwazi ukudlala ngendlovu !!! 🙌🙌🙌

Page 4 of 7

© 2026