๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: eynde

Mahumani ยฎ clan names. Mahumani Surname Meaning ๐Ÿ˜ Mahumani Origin. Mahumani History

Mahumani ยฎ clan names. Mahumani Surname Meaning ๐Ÿ˜ Mahumani Origin. Mahumani History
The meaning, origin and history of the Mahumani surname is not listed.

This surname is prevalent in South Africa.

Click to add info about this surname

uMfeka no Gumede bahlobene na?

Imibono yabalandeli yale-blog

UMfeka wayezalwa uGumede kuyindodana endala, wabe eseshiyelana ugwayi nodadewabo wambamba oqotsheni uGumede wanengwa washaya uMfeka waze wamphosa olwandle.

Emva kwezinsukwana waya olwandle uGumede lapho amphose khona wafike washisa inoni kusenjalo memfu uMfeka ehlamba emanzini olwandle eza kuGumede,wabe esethi uGumede:isenzo osenzile sibi njengoba uzimelele ngomsila kudade wenu ngakho-ke awusesuye uMnguni kaYeyeye usungu Mnguni wasolwandle njengoba uphume olwandle nje zimele.
Savela kanjalo ukuthi singabase Mazimeleni sizimele.

Umfeka,Mzimela yinto eyodwa yibo kuphela uMnguni wasolwandle.uma uthi Mnguni usuke ungakasho lutho.

Mina ngatshelwa uMkhulu wathi singaganwa kwa Gumede akusibo abakithi

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén