clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Gambushe

Bhane Clan Names , Bhane Surname

Jiliza, Shongweni, Chonco, Gambushe, Thombela, Nkonyane, Qobodwane , Gawula uhluma, Somdibela, Bhala luka dudu, Chenge, Izintombi azithandi thina zithanda abanjani

Izibongo zakwa Chonco

  • Gambushe,
  • Shayimamba,
  • Mfomubi,
  • Nyongande!

Cindezela lapha ukwenza i-order ngo-Whatsapp

Izithakazelo ZakwaChonco

Chonco Gambushe Shayimamba Mfomubi Helekeqe eladla elinye ihelekeqe mbese obukhali Ntabenkulu enamaguma ngaphezulu Nina enabaleka naze nayo fika eMampondweni nixoshwa yimpi nafika khona Nathi kanisibona bakwaChonco kodwa ningabakwaGambushe.
Cindezela lapha ukwenza i-order ngo-Whatsapp

Mbanjwa Khathini clan

Izithakazelo zakwa-Mbanjwa:

Sokhela,

Nyon’emyama,

Eyabizwa ngekhwela yasabela yathi tshiyo,

Gqabela kavezi,

Wena ozalisa abafazi baliwe amadoda abo,

Mzukuzeli ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane ezindizela phezulu,

Mpazela,

Sisho wena nkanyezi yezulu,

Mzekwa,

Galaza,

Magujwa,

Dindela!

Izithakazelo zakwa-Chonco

Izithakazelo zakwa-Chonco

Gambushe, Shay’imamba, Nyongande ziy’emhlubulweni, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela, Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama, Mfomubi!
Cindezela lapha ukwenza i-order ngo-Whatsapp

Chonco

  • Gambushe,
  • Shayimamba,
  • Mfomubi,
  • Nyongande!

Dludla
Cebisa, Sikhakha

Dludlu

  • Mtima,
  • Mzomba,
  • Skhakhane!

Ngema
Mngadi, Madlokovu

Chonco Gambushe Clan Names

Izithakazelo zakwa Chonco 😍

    Cindezela lapha ukwenza i-order ngo-Whatsapp

    Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

    error: