clan names ๐Ÿ‘‘ history

izithakazelo

Tag: Gcwensa Page 1 of 3

Ndimande izithakazelo // Umlando

Ndimande , Gcwensa , Bayeni , Somuhle , Msun’Mude omfishane ufuzekhaya konina, mlokothwa mnikazi wezinto zonke , Mzulwini !

Izithakazeloย zakwa Ngwazi Ngyazazi..Nazi la!

NGWAZI

Gcumisa,
Gcwensa,
Mzulwini,
Ndimande,
Gebashe,
Ngcaweni,
Mnguni,
Gedeza,
Mnyandu,
Nongalaza,
Mpangazitha,
Gina,
Mhlongo,
Magadlela,
Gininda !!

Dumisa clan names & Umlando

Gcwensa, Ndimande, Mlokothi
Somuhle, Lwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane, Msunumude mawumfishane ufuze ekhaya konina, Gagamela ingonyama, Manembe.

Mnikathi Clan Iziduko & History

Abakwa Mnikathi Clan Praises

Mnikathi,
Khaphela,
Gcwensa,
Maqoqo, Soyika, Mngethwa, Noziphaka, Gwingcane,
Mthondo khweli ntaba,
Nina enancisha ingane inigqolozele,
Nina enafumbatha ngakubili abafokazane befumbethe ngakunye,
Nina botho elidala,
Nina bakanogubuza phezulu eZulwini,
Nina babali bentuthwane yadluli thwele yadlulingathwele,
Mavulihlathi kwavulekindlela ebheke Mgungundlovu,
Nime njalo nina bekhehla ingundla zintaba yaze yayophelela ezintabeni zaseMthulini uManzini Mnikathi uziguduzile zaka Zulu bembiza Mnikazi wezinto waliguduza elaseSwatini bambiza

Mnikati namuhla baziqhenya ngesihlangu sakho kwesikaMswati,

ubuze uNxamakala uyazi kuthi lesihlalo aqhiyeme kuso esikabani.

Gcwensaaaaaa!!

Izithakazelo zakwa Mnikathi Clan Names

Mnikathi, Khaphela, Gcwensa, ย ๐Ÿ™Œย 

Maqoqo, Soyika, Mngethwa,

Noziphaka, Gwingcane, Mthondo

khweli ntaba, Nina enancisha ingane

inigqolozele, Nina enafumbatha

ngakubili abafokazane befumbethe

ngakunye, Nina botho elidala, Nina

bakanogubuza phezulu eZulwini, Nina

babali bentuthwane yadluli thwele

yadlulingathwele, Mavulihlathi

kwavulekindlela ebheke Mgungundlovu. Nime njalo nina

bekhehla ingundla zintaba yaze yayophelela ezintabeni zaseMthulini

uManzini Mnikathi uziguduzile zaka Zulu bembiza Mnikazi wezinto

waliguduza elaseSwatini bambiza Mnikati namuhla baziqhenya

ngesihlangu sakho kwesikaMswati, ubuze uNxamakala uyazi kuthi lesihlalo aqhiyeme kuso esikabani. Gcwensaaaaaa ! ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: