πŸ’›

izithakazelo

Tag: geert Page 4 of 5

Izithakazelo zakwa Madela Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Madela

Longode,
Ndaba, Gqigqqi,
Jange kaHhoyiyane,
Wena kaNzamela!

Izithakazelo Zakwa Ndaba Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa-Ndaba

Mwelase,
Mthiyane,
Mhlungu,
Madela,
Dubazane,
Longode,
Wena ongaweli ngazibuko,
Wela ngezimpambosi zomfula,
Masinga asilele,
Mididwa emnyama,
OMalobola mbiza zawo tshani
Nina enilobola ngezenqele abanye belobola ngezomquba.
Wena owasemhlungwini,Owagaqa wagaqa wathugwazinkomo kanti usegwazumhlana wendoda,
Ahhhhhhh ndabezitha!!!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Ndaba- Xhumana nathi ngo- Whatsapp kule nombolo: 061 868 5163 wenze i oda lakho!

Price: R200.00

Izithakazelo zakwaMdladla Clan Names & Family History | Umlando

Mdladla CLAN NAMES:

Mdladla, Nyamazane, Muthwa, Madela, Thumbela, Mwelase, Qodibe, Mthiyane, Jozi !!

>> Umlando wakwa Mdladla utholakala lapha <<

(Legal)
Law firm specializing in Commercial, Corporate, Insolvency, Business Rescue and Information, Communications and Technology Law. Based in Johannesburg.

Izithakazelo ZakwaNdaba

Izithakazelo ZakwaNdaba

Mwelase,
Mthiyane,
Mhlungu,
Madela,
Dubazane,
Longode,
Wena ongaweli ngazibuko,
Wela ngezimpambosi zomfula,
>> Continue reading <<

Page 4 of 5

Β© 2026