Mjiyakho, πŸ’›
Ndaba,
Thiyela,
Lingonde,
Madela wena owagibela emthini wadilika usunenyaw
Silwanakazane ! πŸ™ŒπŸΎ

Others say them like this:

Mjiyakho
Mthiyane, Nina bakaNkokha oMjijibane, Nkomnophondo, Ndaba, Siwela, Qandela kaNongalo. Nina eniwela ngezihlangu zomfula. Nina enashaya intombi khabo nina kwamemeza umkhulu ezansi le. Loyo ukhokho ozala omkhulu. Nina enibhala ngempensela abanye bebhala ngozipho !! πŸ™ŒπŸΎ


More information is available on our YouTube channel