Godlimpi Ka Faku
Wena wazalwa nobuhlakani phezu komfula uMzimvubu phansi kweNtab’enkulu!
Wena waxina amaJali ngeeNyosi eSikelweni KaBhekameva wawawelisa uMthamvuna!

Nyauza Ka Ngqugqushe
Umahlamba ngobubende amanz’ekhona
Mantwanenhle
Matshob’endlovu
Aaah Mpondo!!!