clan names πŸ’› clan history πŸ’―

Mzimela Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Mzimela

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Mzimela Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Mzimela

mbizeni,ntaka, sheleza, mzungwanya
mnguni,
dimbani
mnguni,
donda kamlimandlela,
mfuyi wamatshe ,
lwandle kaluwelwa luwelwa izinkonjane ngoba zindizela phezulu,
maconi,
mfeka,
njingili lwazi.
abazimela abazimela ngentonga yethusi abafokazane bezimela ngomhlanga.
abazimela abahamba emhlangeni wangabasika kwathi abalandelayo wabasika


More information is available on our YouTube channel


Previous

Msweli Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Msweli

Next

Abakwa Mvelase 😍 Izithakazelo zakwa Mvelase 😍 Mvelase Clan Praises

5 Comments

  1. Sibongile Mnguni

    Ndingu
    Mnguni, Mzimela, Lwanhle, oluwelwa zinkonjane,
    Ngiyabathanda, bafana nodluphu olunje ngomumbo, inkonjane ezindiza phezu kolwanhle,
    Abanye bamhlophe, abanye bamnyama, gagazi wena wakunene!!!!

  2. Nkululeko Kheswa

    ngingokaThemba , kaKheswa , Mnguni , Mzimela , Ntandabukwa , Magagasi asolwandle , Ntethey’math’amahle , ezinye zimath’amabi , Nozulu

  3. Zola Edwana

    Ndingu Mzimela, Nzungwana, Mthabisa. Isizukulu sika Yedwana who left KZN for Lesotho and they changed his name to Edwana hence we are still Edwana up today

    • Siyabonga Zola

      • Mzikayise

        Siyabonga Zola ukusiveza kwikhasi lekhaya lethu mna nje sendiphila noDr Mfeka, noNzungwana apha Olundi ukhe uze ngenye imini sizoyobona namanye Amazimela kwaCeza before kuphele lonyaka

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: