clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Guliwe

Izithakazelo zakwa Mashinini – Ziphelele Zonke

Mashinini,
Guliwe,
Libembe,
Ntoz’mandla,
Abakamfazi wemuka Ka Mashinini wathi engalapha ngase siGodini wathi umtana udabule imbeleko Kanti ukhumbule uMbengomadansi,
Nina abaka mfazi osihhebakazi uPhongo njengo nina,
Abakamfazi omabele made obelethe ngayizolo,
Thingi Thingi uthi a ngenze njani ngoba nali ibhubesi liyvimbile kaNonhlanhla eNgosi akekho ongalivimba ngisho uGuqa phenduke umalala nenkonyane !!! ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ

Guliwe Clan Names ๐Ÿ˜ Izithakazelo

Guliwe Ntozimandla
Omal’ukwehlulwa
amagwalagwala
Inkwezaki
Abavali ngemnyango bavala ngamakhanda amadoda
Omlatshwa

Mathobela clans | Mathobela izithakazelo

Mathobela
Guliwe
Kuhlase
Moloi
Nina abakwaVundla kaSthole. Wena mfazi omabele made owancelisa ingane ngaphesheya komfula. Nina abakwasbaya esingavalalwa ngezinkomo sivalwa ngamadoda. Nina abakwamnqamlankungu.

Izibongo zakwa Mashinini

Izibongo zakwa Msibi

Ezakwa Msibi:

Kabini Clan

Hlalithwa Clan Praises :

marhongโ€™wane, madindwasi!!!

uhlalithwa ngu kabini omnyama namadodana,

ngu thayi thayi bemusukela esgodini kwakama        

ngu nzima limnyama ingamhlanga utjhizolo,

u hlalithwa ngu ngalo ziyabikwa emandebeleni

mfazi owamunyisa umntwana ngaphetjheya kweligwa ne ligwana,

ngu msila osโ€™thithibala wakwa nzunza, nalokhu loko usathithibele,

osirhononako akaqali emuva umhlanga usithintile.

ngu makgwadi wakwa mdakana, wona odla umbinazo nguso gegana

ngu pengu ayithunywa, wayithuma iyathumba. yathunywa e swazini yathumba, yathunywa kwa sigwadi yathumba. yathunywa kwa gobha nakhona yathumba.

uhlalithwa li qina eleqa ngamlenze munye, lisenza amano wokweyama eendunguzweni ezimbili ukuya emthonjeni ongaphetjheya kwe ligwa

ukabini mthombo kawuselwa.

umfazi angawusela uyabhijidelwa.

indoda yangawusela ibhodla isibhorho

madindwasi!

Izithakazelo zakwa Msibi

Izithakazelo zakwa Msibi

Ndlondlo,
Mabuya,
Guliwe,
Ndlondl’eyadl’ubulongwe yalibala,
Siwela,
Gasa!

Izithakazelo zakwaMavuso

Izithakazelo zakwaMavuso

Mavuso!
Ludonga, Mshengu, Shabalala!
Ncele, Magudulela!
Vuso kaNgwane!
Ncele lekhohlo lase Mzimkhulu.
Wena owadela ukubusa wakhetha ukuba ngumfokazana, ematsaktolo kaladlungwane,
iVuso eladla umuntu asesiswini kwathi lo ongaphandle wasinda ngokuzibalekela, Mthimkhulu!
Guliwe KaNgwane!

Izithakazelo zakwaMashinini

Izithakazelo zakwaMashinini

Cindi,
Mahlaba, Guliwe,
Bembe,
Ntozimandla ogawula amadoda ashiye abafazi,
Madindwa kaSigabela!

  • Mthembu
  • Qhudeni,
  • Mvelase owavele Nyandeni,
  • Mvelase ka Guda,
  • Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi.
  • Izithakazelo zakwa Msimango
  • Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa,
  • Pembe ka Lokothwayo,
  • Ngelengele, Mhlehlelu,
  • Nhlokozabafo,
  • Sdindi ka Siphuki…

Ezakwa Mseleku

  • Duma,
  • Lwandle,
  • Ntenga,
  • Mthombeni

Ezakwa Msibi:

  • Ndlondlo,
  • Mabuya,
  • Guliwe,
  • Siwela,
  • Gasa.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: