clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Jiyane Page 1 of 3

Izithakazelo zakwa Sihlali

Sihlali,
Mavundla,
Thabethe,
Jiyane,
Khokho lomhlangiso ongalali ecobosini walala e ocosini, uvuka usufile !

Masinda clan names ๐Ÿ’›

Izithakazelo zakwa Masinda ๐Ÿ™Œ
Mlilo, Khoza, Mkhathini, Jiyane, Skotana, Mancencence, Ndlandla, Mangena, Mabonaย  kuvele inyama, Mahlinza wena owahlinza umuntu ephila, Msuthu, Sokhabase, Mjwili, Ndlelehambekhaya, Ndlandla, Hlabisa odlulayo !!

IZITHAKAZELO ZAKWA-MAGUBANE

Nkomose,
Dibanto,
Thole,
Malinga,
Wena owalinga izintaba zaganana,
Nhlun’emhlophe, ingababomvu ngeyomlandakazi,
Mzilankatha,
Msenganduna namathokazi,
Ndlandla,
Kubheka,
Jiyane,
Nongalo,
Wena ophika nelanga
Didiza,
Msuthu wasenhlaZibaya !
Snquma!

Mntambo Clan Names , Iziduko zako Mntambo

Mntambo, uNovetshe, Jiyane, Ntethe, Mbabala, ooNgub’ ayinyathelwa!

Izithakazelo zakwa Magubane

Izithakazelo zakwa Magubane

  • Nkomose,
  • Dibanto, Jiyane,
  • Thole, Sothole,
  • Snquma, Didiza,
  • Mzilankatha Ndlandla,
  • Nhlun’emhlophe egezwa ngobisi
  • Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
  • Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
  • Msenganduna namathokazi!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Magubane Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Magubane
Izithakazelo zakwa Magubane

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo Zakwa Lamula

Izithakazelo Zakwa Lamula ๐Ÿ˜ Lamula clan

Lamula, 
Jiyane,
Mpangazitha omhlophe 
Slokazi livico kawugezanga wabuya nensila emfuleni wathi ugezile kanti unyambisile.
Bantwini,
Mthonti,
Thembu,
Lutholoni,
Mdlenevu!

Izithakazelo zakwa Jiyane

Izithakazelo zakwa Jiyane

  • Mkhathini,
  • Magolwane, Zikode,
  • Mzilankatha,
  • Phangela koqhoqhoqho,
  • Mashishwana,
  • Mbopha kaSthayi,
  • Gome kamshebe,
  • Mandlazi othab’izolo,
  • Mahlinza!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Jiyane Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izibongo zakwa Mntambo

Izithakazelo zakwa Magubane

Izithakazelo zakwa Magubane

  • Nkomose,
  • Dibanto, Jiyane,
  • Thole, Sothole
  • Snquma, Didiza,
  • Mzilankatha Ndlandla,
  • Nhlun’emhlophe egezwa ngobisi
  • Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
  • Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
  • Msenganduna namathokazi!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Magubane Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Magubane
Izithakazelo zakwa Magubane

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwaMahlinza

Jiyane,
Mkhathini,
Magolwane,
Mgwalini,
Nonzwenzwe waManzi,
ZosongMahlinza!

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: