Izithakazelo zakwaMpofu

Zulu/ Ndebele:

  • Amanyandeni ampofu kamashobane, wesidunu sensingiza, wokulandelwa yintombi ithi ngizeke noba awula nkomo, vumisa kangono, msongi wensimbi eyibeke khanda, khona amagwala ezombalekela, shobane owagaqa ngamadolo aze aphocuka, ophuz’ amanzi ngokuwabona, engakawaboni komi !
  • sango libhekezansi. akophuma nkomo kophuma amadoda kuphela, zingwe zombili ezalwa zabulalana kwantaba ntshanini, ingane ziyaphakelwa ndawonye, ngwadla phangela izigqala zako libose, vumisa, gasela, khukhuza ka ngonyama, nyandeni ka mashobane, mashobane ka mangete ka ngululu ka langa ka zimangele !!

Xhosa:

dlamini ,zizi, bhanisa,dweba, nxibinoboya, gasela,wokulandelwa yintombi ithi ngizeke, hlabana bemqgiba

Mpofu Clan Names | Izangelo zako Mpofu

amaNyandeni aMpofu kaMashobane weSidunu seNsingiza, Wokulandelwa yintombi ithi ngizeke noba awula nkomo, Vumisa kaNgono, Msongi wensimbi eyibeke khanda, khona amagwala Read more

Mpofu Origin | Mpofu Clan history

Ladies and gentlemen, amanyanda. Mina ngu Mxotshwa kaMakhaya umabhenampondo, uVumisa. There is one Mpofu and thats enyamazana which is reddish Read more