πŸ’›

izithakazelo

Tag: kan

Izithakazelo zakwa Ximba Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Ximba

Thina singabakwa Ximba,
Mabhoyi,
Nodlela,
Mbewumbili abanye bamhlophe abanye babomvana,
nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Dumakude,
Sambane phuma ehlathini kwenile kulele izingwe nezingonyama,
Mthandi wabantu bengamthandi bethi bayamthanda kanti bayamkhohlisa,
Njono wena wase Mdlangweni.
Luvuno wena owavuna abaliwayo!

Izithakazelo zakwaMlaba Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMlaba

Ximba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu!

Page 2 of 2

Β© 2026