clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mabhula

Iziduko zakwa Ganyile πŸ’–

Ganyile,
Mabhula,
Mbenya,
Mbenya ezkaka njengeshongwe,
Mlungu,
Mfene nduna kwezinye iimfene,
Nikhwe 1

Matshoba Clan Praises

Matshoba,
Tshude,
Mabhula,
Sevu,
Nikwe,
Mbelu,
Mncanga,
Mbhenya ezikakayo ezikaka-njenge tshongwe
Obodhleli
Ncengwani,
Onohowane komfene ezikhala emaweni Β zithi bohaa !!!

Shude Clan names, Izithakazelo Shude

Shude,
Sevu,
Nikwe,
Mbelu,
Mabhula,
Mngcaka,
Ndala,
Nothwala,
Vubeko,
Ndekele,
Malangani,
Nogoni,
Mkhont’uyavutha,
Mbeny’eziklaklayo,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela
Mfen’endala kweziny’iMfene ekhal’emaweni ithi hho…

Ngqose ka Ngcwina clan praises

Ngqose ka Ngcwina
Ngcwina
Zumbe
Mabhula
Mnxothi
Amangcingwane
Nyama yangaphakathi
Siqwephu
Solusu
Inyama ethandwa ngaba fazi
Mangesi amahle noba anentongo
Ontongo zosulwa ngababa thandayo….

Mthuli clan praises

Mthuli
Mabhula
Nondenisa
Izangoma ezinkulu ezibhula ngobumnyama abanye abafokazana bebhula ngonyezi nangokukhanya
Madlanduna
Dela madelane,Msingisi osika isidwaba sanyoko
umkhuzi wesnene egcekeni qede eyogoyela kwesamaBhaca
Mhlolo ka Chili
impangele isesangweni
zesaba ukuyinika amanzi zithi akuyo eyako Luthuli
sitha sisendlini
ngoba okube sisemnyango
ngabe sangena nezinkomo
Mbhuli wesnesne ecekeni
Zube
Njabuza
Omen.

By:Sihle Mthuli

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: