clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mathabela

Izithakazelo zakwa Mathabela

Mathabela
Mthembu KaSodiza
Xway’swayo
Maliwa
Mbhelenja oluhlaza njenge nxoshana
Malala adudule njengeNonyama
Mchobozawele
Wena kaLukhozi !

Izithakazelo zakwa Mathabela

Mathabela !
Mthembu kaSodiza
Wena Kayimayimayikazi
Mdungandaba wamabandla
Wena Ntabezimahwanqa, ezingadliwa nkomo ezidliwa ngama phiva nama shongololo Wena Kathole gqabula amanye ekhulekiwe
Wena gqiza nganhlanye abanye begqiz’ izindawozonke
Mgangane
Ntsele
Ntongande
Mchobozawele
Mashoba
Nyaliza
Nongoda, owagojela amadoda eNcome
Wena kaNomageja enyakeni
Wena weBhuqe elimnyama LikaNomageja
Nina benyon’ edlemathunzini esandlwane
Nina bejuba lenja emangongo emawelawela
Nina baka Hululu owehla ngesilulu engweni
Nina bakaLukhozi, noMagatsha benoShikashika kaNongoda

Mathabela Clan Names

Izithakazelo zakwa Mathabela !
Mthembu kaSodiza
Wena Kayimayimayikazi
Mdungandaba wamabandla
Wena Ntabezimahwanqa, ezingadliwa nkomo ezidliwa nama phiva nama shongololo Wena Kathole gqabula amanye ekhulekiwe
Wena gqiza nganhlanye abanye begqiz’ izindawozonke
Mgangane
Ntsele
Ntongande
Mchobozawele
Mashoba
Nyaliza
Nongoda, owagojela amadoda eNcome
Wena kaNomageja enyakeni
Wena weBhuqe elimnyama LikaNomageja
Nina benyon’ edlemathunzini esandlwane
Nina bejuba lenja emangongo emawelawela
Nina baka Hululu owehla ngesilulu engweni
Nina bakaLukhozi, noMagatsha benoShikashika kaNongoda

Izithakazelo zakwa Mathabela

Mathabela Ntongande wena wazikane wena wandombesilwane wena wa maka nyanga wena wamngwaze zadleni wena wa ntongeyide eshaya mathonga Ntongande Mathabela! mpande zimithi hodlo uwazayi uwazayi….

Ukukhomba ngophakathi

Ukukhomba ngophakathi

Kusho ukubusa imvamisa makudliwa noma kujatshulwe nje, kuthiwa ukhomba ngophakathi.

Kusukela lapho uma kudliwa inyama mhlawumbe kunomsebenzi lapho umuntu ephethe inyama, uma efuna ukukhomba into ukhomba ngomuno ophakathi. Kuyafana nokufinya ngendololwane.

Izithakazelo zakwa-Dlodlo

Izithakazelo zakwa-Dlodlo

Mpangazitha,
Mbanjwa, Mdladlana,
Mabanga, Mtingi,
Bangile, Mthiyane,
Mathabela!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: