clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Mdabe

IziThakazelo zakwa Mdabe

Mdabe
Shota
Phumuz’abantu ngamaphiko
Ngalo zamaBhunu eziphephezela uboya
Mgadezeli
wena owuvuka ngokulilelwa wavuka
wagijimela isgodo simuka nomfula
ecababanga ukuthi inyama
Mkhokhobi
Mphathazi
Nophenge ugqumuza umuntu ngewisa
Mavula ovula kuvaliwe !!

Izithakazelo ZakwaMdabe🤝

Mdabe, Shota, Mthethwa, Nyambose, Phumuz’maphiko, Mgadazeli, Mkhokhobi mbil’ukhahlela, Squnga esihle sona esizalela masakabuli, Ngalo zamabhunu eziphuphuzela uboya, Nina enabona isigodo siphuphuzela uboya simuka nomfula nagijima nobhushu nithi inyama😊😘

Mdabe Clan Names

Izithakazelo zakwa Mdabe
Shota,
Phumuza,
Ngalozama,
Bhunu,
Mkhokhobi,
Mavula kuvaliwe!

Izithakazelo zakwa Mdabe

Mdabe Clan Names
Shota
phumuza
dwayiya
nyezini
mbanda !

Mdabe Surname Origin, Mdabe Meaning & Mdabe Last Name History

Mdabe: If you know any info about this surname, such as Mdabe Meaning, Mdabe Origin, Mdabe History or Mdabe Clan names, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Please use the form below to add info for this or another surname/clan name:

Please complete the required fields.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: