clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mkhathini Page 1 of 2

Masinda clan names πŸ’›

Izithakazelo zakwa Masinda πŸ™Œ
Mlilo, Khoza, Mkhathini, Jiyane, Skotana, Mancencence, Ndlandla, Mangena, MabonaΒ  kuvele inyama, Mahlinza wena owahlinza umuntu ephila, Msuthu, Sokhabase, Mjwili, Ndlelehambekhaya, Ndlandla, Hlabisa odlulayo !!

Izithakazelo zakwa Jiyane

Izithakazelo zakwa Jiyane

  • Mkhathini,
  • Magolwane, Zikode,
  • Mzilankatha,
  • Phangela koqhoqhoqho,
  • Mashishwana,
  • Mbopha kaSthayi,
  • Gome kamshebe,
  • Mandlazi othab’izolo,
  • Mahlinza!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Jiyane Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Jiyane

Izithakazelo zakwa Jiyane

  • Mkhathini,
  • Magolwane, Zikode,
  • Mzilankatha,
  • Phangela koqhoqhoqho,
  • Mashishwana,
  • Mbopha kaSthayi,
  • Gome kamshebe,
  • Mandlazi othab’izolo,
  • Mahlinza!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Jiyane Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200 Hoodies: R400

Izithakazelo zakwaMkhathini

Mdunge
Chiliza
Khoza
Malala nyangweni abafokazane belalendlini

Izithakazelo zakwaMahlinza

Jiyane,
Mkhathini,
Magolwane,
Mgwalini,
Nonzwenzwe waManzi,
ZosongMahlinza!

Izithakazelo zakwaMahlinza Clan Praises

Izithakazelo zakwaMahlinza

Jiyane,
Zosongo, Mkhathini,
Mkomo, Magolwane,
Nonzwenzwe wamanzi,
Malunguza kuvele inyama,
Mgwalini!

Others know them like this:

Izithakazelo zethu zithi mahlinza makhonkwane sikhumba socwatha mbuyazi dube elimthende Uma lingemthende imbongolo Nina okwakhala abafazi bengaphesheya komfula bathi emyeni nonzwenzwe wamanzi magolwane !!

Izithakazelo zakwa-Dunge

Izithakazelo zakwa-Dunge

Chiliza,
Mkhathini!

Khambule-Nkambule
Mncube-Ncube, Mzilankatha, Nkomo, Mlotshwa, Malanelilanga, Magosolo, Mpangazitha, Makhombothi, Dambuza, Mthabathe, Nkambule-Khambule, Silutshana, Mbunda, Maweni, Siyobi, Mthombeni, Madlozi

Khoza
Mlotshwa, Msuthu, Mkhathini, Mancencence, Hlabisa, Ntshingwayo, Mangena, Mlilo, Skhothana, Mabona, Nomageja, Sokhabase, Ntshamase, Ndlandla, Sphandabantwana, Ndlelehambekhaya Eyanqamula kwa Mandlakazi

Sibiya
Sotobe, Gazu, Ndaba, Gumede, Khathi, Manyele onyelela njenge Ntombi iya esokeni, Zethembe, Zingelwayo, Mdladla, Mqeku, Mheqwa, Ngobe, Mxa, Nogwaza, Magamanxa, Mhluzana, Soso, Mthole, Nandisa, Mbede, Mgxebe, Mkhananda, Mpangalala

Jali
Sjongo, Phumela, Ngcolosi, Mpemvu, Mlomunendaba, Mmemezi ka Hlangabeza

Cebekhulu

  • Linda,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Sothiyase,
  • Nkunga,
  • Gabhela,
  • Lindamkhonto,
  • Mgabhi,
  • Mntungwa,
  • Zwane,
  • Mangethe

Cele

  • Ndosi,
  • Khumbuza,
  • Dubandlela,
  • Magaya,
  • Mlungisi

Khoza

  • Mlilo,
  • Sokhabase,
  • Gumede,
  • Mkhathini,
  • Mangena,
  • Khabanyova!

Chiya
Wohlanga, Galweni

Abantu bakwa Mtshali batholakala eNtabankulu noma nje manje sebasabalele izwe lonke. U Mtshali uthathelwa ekutshaleni. ake sibalamanise:

  • Mabhedla
  • Mlambo no Mtshali
  • Mkhathini/Jiyane
  • Mkhabisanyathi-Magolwane
  • Khondlo
  • Hlangabeza no Hlabangani
  • Magalela
  • Mantshinga
  • Nsele
  • Mduna
  • Shishi
  • Mandeku
  • Vezi
  • Mdineka
  • Nhlabathi
  • Manzi
    e Zimbabwe babizwa ngo Hlabangane

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: