Hi admin ngingajabulela ukuzazi izizithakazelo zako mndaweni ngicela usizo bandla.
Admin: nazi lapha https://izithakazelo.blog/izithakazelo-zakwa-mndaweni/
Hi admin ngingajabulela ukuzazi izizithakazelo zako mndaweni ngicela usizo bandla.
Admin: nazi lapha https://izithakazelo.blog/izithakazelo-zakwa-mndaweni/
Mndaweni, nyamazan’enkulu
ehlal’emhlangeni ekhanyisa ngeso umlilo ukhona,
mphankomo unebele,
hlalele
nina bakwa nonkande
nina bakwamlawuzana
nin’abakwazadukuduku,
insizwa eyalala yangang’omfula
yavuka yangangezintaba
mathamb’entamo kambombo!
Umthente uhlaba usamila
Isimilo/ikhono lomuntu livela esesemncane
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén