clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Mntungwa

Izithakazelo zakwa Nkosi

Izithakazelo zakwa Nkosi

  • Ndlangamandla,
  • Mphazima, Mntungwa,
  • Mawandla kaNdlela,
  • Nina baseMandlovini,
  • Mlotshwa, Siwela,
  • Mphazima kaLanga,
  • Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
  • Mabuya sezembethe’ugogwane,
  • Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
  • Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
  • Nkonjane yenkosi,
  • Mpangazitha!

Zikhona izikibha, xhumana nami: 061 868 5163

t-shirts: R200
Hoodies: R400

Izikibha ziyatholakala

Whatsapp: 061 868 5163 (le nombolo eyokuthola ulwazi ngezikibha kuphela)

Ngwane Clan Praises

Izithakazelo zakwa Ngwane

Sangweni,

Zikhali,

Masumpa,Ndungunde,

Masengasileke,

Hlongwane,

Ndukuzinobulongwe, Mntungwa,

Nina enibahle njengezihlabathi zolwandle,

Siyane,

Mnqobokazi,

Songobese!

Iziduko

GASELA,MVEMVE,MNTUNGWA,NOQOBO NDAPHUKIKLE, DAWETI, MKHOBENI, LUVUNO,NJANJACA, NOMANYEGELE, SDUDU SOMFABA, NDLOVU’ZIDLEKHAYA, ABANTU ABNEZANDLA EZIBUSHELEZI OKWETYE LOMFULA, OMAFINYILE ABANEMPANDLA EZITSHAZA EHLOTYENI NASEBUSIKA,ABANTU ABAWELA UMBHASHE RIVER BAWELA UMTHAVUNA BABUYA NOBULEMBU…..AAHHHH GASEL’ONENYOKA

Izithakazelo zakwa Mamba

Izithakazelo zakwa Mamba

Ndlangamandla,
Nkosi,
Mphazima, Mntungwa,
Mawandla kaNdlela,
Nina baseMandlovini,
Mlotshwa, Siwela,
Mphazima kaLanga,
Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
Mabuya sezembethe’ugogwane,
Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
Nkonjane yenkosi,
Mpangazitha!!!

Izithakazelo zakwaMamba

Izithakazelo zakwaMamba

Ndlangamandla,
Nkosi,
Mphazima, Mntungwa,
Mawandla kaNdlela,
Nina baseMandlovini,
Mlotshwa, Siwela,
Mphazima kaLanga,
Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
Mabuya sezembethe’ugogwane,
Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
Nkonjane yenkosi,
Mpangazitha!!!

Izithakazelo zakwaMabaso

Izithakazelo zakwaMabaso

Mntungwa,
Mbulaz’omnyama,
Nina bakaBhej’ eseNgome,
Nin’ enadl’umuntu nimyenga ngendaba,
Nin’ enadl’ izimf’ezimbili ikhambi laphuma lilinye,
Lobengula kaMzilikazi,
Mzilikazi kaMashobana,
Shobana noGasa kaZikode,
Zikode kaMkhatshwa,
Okhatshwe ngezind’ izinyawo nangezimfushanyana,
UMkhatshwa wawoZimangele,
UNyama yentini yawoZimangele
Mabaso owabas’ entabeni kwadliwa ilanga lishona,
BaNtungw’ abancwaba,
Zindlovu ezibantu,
Zindlovu ezimacocombela,
Nin’ abakwaMawela owawel’ iZambezi ngezikhali,
Nin’ abakwaNkomo zavul’ inqaba,
Zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba,
Nin’ enalukudl’ umlenze kwaBulawayo,
Mantungwa Aluhlaza,
Mantungwa Amahle,
Bantwana benkosi,
Nin’ abakwaNtokela,
Inkubele abayihlabe ngamanxeba,
Abakhule ngezinyawo ezimfishanyana nezimaqhukulwana,
Inyang’ abathe beth’ ifil’ uZulu kanti isiyetheswe,
Yetheswe ngoNyakana kaMpeyana,
UBando abalubande balushiy’ uZulu,
UNtshwintshwintshwi kaNoyanda noNdaba,
UNkone evele ngobus’ emdibini,
Ndabezitha!!!
Maqhaw’ amakhulu!!!

Cebekhulu

  • Linda,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Sothiyase,
  • Nkunga,
  • Gabhela,
  • Lindamkhonto,
  • Mgabhi,
  • Mntungwa,
  • Zwane,
  • Mangethe

Cele

  • Ndosi,
  • Khumbuza,
  • Dubandlela,
  • Magaya,
  • Mlungisi

Khoza

  • Mlilo,
  • Sokhabase,
  • Gumede,
  • Mkhathini,
  • Mangena,
  • Khabanyova!

Chiya
Wohlanga, Galweni

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: