πŸ’›

izithakazelo

Tag: moshupje Page 45 of 805

Izithakazelo zakwaQeda Clan Names

Qeda. Thumani. Msebe. Manjo. Dolo lokukhwel’elokunyathela! Ahh! Khanyayo!

izithakazelo zakwa MBUYISA Clan & Umlando

  • Mbuyisa,
  • Sama,
  • Nyathikazi,
  • Nxoza buhlalu,
  • Angiyithwali iNxoza yethusi iyedabuka,
  • Nina sivimbi sama saka, namasakazane,
  • Tshelani amadoda asuke phansi komthunzi wentaba, izingane ekhaya zafa ukuthuthumela.
  • Mbuyisa!

Nkanini Clan Names

  • Nkanini
  • Luvunu !
  • Wena Owavuna ummbila ekhabeni abanye bevuna amabele
  • Ntshosho !
  • Nsele kaLindaMkhonto
  • Mangethe !!!

Mvimbi clan names, Meaning, Origin & History

Nkwal’ enkosi, Mkhwanazi, Bhukula, Mwelase, Nongubo ntloko, Ntak’ enencond’ ezibomvu, Abanye bazithwel’ abanye bazibelekile, Nin’ abagudl’ umhlaba kwaze kwavel’ amabuzubuzwana.

Page 45 of 805

Β© 2026