Izithakazelo zakwa Motha 😍 Motha Clan Names
Motha,
Mvulane, Khathide, Nongombili,
Ndlebenkomo, Mdlalose
Wena lo wadla indlala kanye
Engabe ngomuso u yodlani?
Wena ohamba ngemvula
Jojo lika Sobhuza !