clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Mvelase Page 1 of 2

Maduna Clan Names & History

Maduna, Nokhala, Msuthu, Gubevu, Jiyane, Tiba, Salathiso, Nkabinde, Salakulandelwa, Mvelase, Nondunduzela, Nozobotheka ukuthetha, Mpungutye engenamngani, Mandlamakhulu, Sivunguvungu esawisa indoda emhlangeni, Mlambunqolintaba, Gubevu elihle ngempumlo yalo, Gubevu elaqengqeleka kwiintaba zoLundi, lawela umlambo iThukela libhinqe ibheshu, Khala-khulu lokulumla abantwana koonina, wena wawela ngempalazo eyaphalazwa ngamanye amadoda, Madun’edakeni!!!
Isilo senu yiNgwe !

Izithakazelo zakwa Shumi clan names Umlando

Ndaba,
Mntungwa,
Bhadela,
Nogubela egoduka,
Mvelase,
Nothuli,
Mbulazi ka ndaba,
Tshibase,
Mangcwangcwa,
Nonunu !

Izithakazelo zakwaPhewa (not Mthembu)

Mvelase
Cicizela
Hlengabantu
Khatha
Phalade
Msuthu wasenhla
Mlamula nkunzi abanye beziyeka zibulalane
Wena owawela ngezibulo elawela amakhosi
Sbonda esihle esamila kumuntu
Mbilini
Ntshentshe
Zwelabantu
Dumbane
Holimpi
Nyanga
Lugodo olulala amankankane
Nogwaja okhothanyelwa amabhubesi
Nhlambi ebhukuda kozingwenya !

Gxumisa Clan Names

Gxumisa
Bhovu

Dumela
Ntombela
Tshaka
Chila
Mageba

Nomali

Mv’ awubhekwa, ubhekwa ngabanenkomo nabawaziyo,abangena nkomo nabangawazi abawubheki

SHUMI Clan Praises SHUMI Meaning & History

Ndaba,
Tshibase,
Bhadela,
Mntungwa,
Nonunu,
Nogubela egoduka,
Mvelase, Nothuli, Mangcangca,
Bharuza, Manyuza,
Mbulazi kaNdaba!

SHUMI: If you have extra information about this surname, such as its meaning, origin, history or clan names or history, please add the info in the comments below. Thanks in advance.

Mthembu Clan Names , Mthembu Mvelase Clan Praises

Mthembu from the Xhosa people of South Africa.

Mthembu, qhudeni, mpafana, mvelase, ngoza, dlamathibane indlala iwile, makhonz’ egoduka womfazi oncancisa usana ngebele elinye ethukela kumlambo ongawelwayo owelwa ziinkonjane zodwa zona zidlisela ngamaphko, kheswa kanozulu, mthembu owamfenguza kwaxhosa.

Izithakazelo zakwa Mthembu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Mthembu, Mthembu Clan Names
Mvelase,
Jama kamnisi,
Qhudeni,
Mnisi wey’mvula ilanga libalele,
Wena ongawadli amathibane ongadla amathibani ngabe indlala iwile Mabaso !

Izithakazelo zakwa Mthembu Clan Names

Izithakazelo zakwa Mthembu 😍 Mvelase Qhudeni

Mthembu,
Mvelase,
Qhudeni,
Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,
Mvelase kaGuda,
Ongawadl’amathibani,
Angadl’amathibane indlala ngabe iwile,
Mnisi wemvula ilanga libalele,
Ngoz’ovel’eNyandeni,
Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,
Nina baseMlamlankunzi!

Zikhona izikibha zabakwaMthembu. Whatsapp/call: 061 868 5163Price: R200 each (white, blue & red colours available)

Mthembu Mvelase

Price for hoodies: R400 each

Izikibha ziyatholakala

Whatsapp: 061 868 5163 (le nombolo eyokuthola ulwazi ngezikibha kuphela)

Mkhulise Clan

Abakhulisi a section of abaThembu, are of Nguni origin like amaXhosa, amaZulu, amaSwazi, and amaNdebele, who trace their origin to the Great Lakes of Central Africa.

The Nguni along with other significant national groups are said to have migrated southwards to present-day kwaZulu–Natal. Among those that settled in the north-east tip of South Africa were those later unified by Shaka into the Zulu nation.

With a traceable history that stretches from the Thukela and Mzinyathi Rivers in Msinga under Ngoza son of Mkhubukeli, iNkosi of Abathembu in the late 1820s, to the Ngudwini forests in kwaSandanezwe (Donnybrook, kwaZulu-Natal) under current iNkosi Khulekani Walter Mkhulise, Abakhulisi can today be located in various areas within kwaZulu-Natal, the Eastern Cape and as far as Swaziland.

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: