Tag: Mvenya
Izithakazelo zakwa Mthombeni
Ntenga,
Duma, Magagula,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu,
Ngongolozi owaphekwa netshe,
Kwavuthwa lona kuqala,
Thabisa,
Mvenya!
Izithakazelo zakwa-Duma
Ntenga,
Mthombeni,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu,
Ngongolozi owaphekwa netshe,
Kwavuthwa lona kuqala,
Thabisa,
Mvenya!
Mntambo
- Nhlangothi,
- Mlondo,
- Vezi,
- Masilela,
- Jiyane,
- Nyongeluhlaza,
- Kweyama.
- Dlangamandla,
- Mchenge,
- Mthombeni.
Mthombeni
- Ntenga,
- Duma,
- Magagula,
- Thabisa,
- Mvenya.
Izithakazelo zakwa Duma
- Ntenga,
- Mthombeni,
- Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu,
- Ngongolozi owaphekwa netshe,
- Kwavuthwa lona kuqala,
- Thabisa,
- Mvenya!