clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Nala

Izithakazelo zakwa Nala

Nala
Gwija
Hamashe
Mhlophe, mhlophe qwa ongapendiwe
Nongalo onengalo ende eyondla nezizwe
Ntofontofo into engenamathambo
Zanqika
Goduka Bedelile
Nobhadeka ngomlenzana eziko
Nzukela
Nojeleza
Wena omuhle ngezansi kwenkaba
Wena wogubhu olushaya amakhwela ezintabeni
Wena oMhlophe ngenhiziyo kodwa omnyama ngokwebala
Wena Makhany’ehlungwini kuhlwile
Mbal’omuhle enkomeni owabonakala wahawukelwa
Thole’lihle eliMhlophe
Mnyuzi onamandla okhathala ngedina kuphela
Mncuselele!

Mabusela clan names

Nala, Mpembe, Ndokose, Ngquma, Ndokose,
Sbhekuza ababhekuza emgidini wamaXhosa wachitheka ,intezphembu mlilo emanzini avuthe
Silo samanzi
Nzimangwenya
Skhany’kuhle njengegwarhube
Intez’nomkhango phansi konyawo.

Nala Clan Names

Iziduko: Nala
Nala,
Ndokose,
Mpembe,
Nomgquma,
Nojakadelana,
Inkomo enhle yaphiwa amaNala nobuhle bayo,
Osibhekuza,
Omakhanya ehlungwini kuhlwile!

Impi yosongo kayilwi

Impi yosongo kayilwi

kusho ukuthi abantu ngisho abantu bangasongelana kanjani akuvamile ukuthi balwe…..baze bashayane ngezandla.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: