clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Ncengwa

Izithakazelo zakwa Ncengwa

Ncengwa, Mpangazitha, Mavundla, Mlotshwa, Lwandle kaluwelwa luwelwa izinkonjane nazo ngoba zindiza phezulu

Izithakazelo zakwaNcengwa

Ncengwa!

Mpangazitha, Mavundla,
Mlotshwa, Lwandle kaluwelwa,
Luwelwa zinkonjane,
Zona eyndiza phezulu,
Njengabelungu,

Ncengwa!

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.

Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: