clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Ndaba Page 1 of 4

Galela Clan Names | Iziduko Galela

Galela surname
Iziduko ngo Bhadela Tshibase Ndaba Mntungwa Nonunu Zikode Luthuli I Zikhali Amadoda ezawela ithukela…

Mjiyakho Clan Names

Mjiyakho, 💛
Ndaba,
Thiyela,
Lingonde,
Madela wena owagibela emthini wadilika usunenyaw
Silwanakazane ! 🙌🏾

Others say them like this:

Mjiyakho
Mthiyane, Nina bakaNkokha oMjijibane, Nkomnophondo, Ndaba, Siwela, Qandela kaNongalo. Nina eniwela ngezihlangu zomfula. Nina enashaya intombi khabo nina kwamemeza umkhulu ezansi le. Loyo ukhokho ozala omkhulu. Nina enibhala ngempensela abanye bebhala ngozipho !! 🙌🏾

Izithakazelo zakwa Ntongana

Ntongana
Ndaba,
Mntungwa,
Bhadela,
Chibase,
Nogubela !

Ndaba Bhadela Clan Praises

Ndaba Bhadela bona bathakazela kanje
Ndaba
Tshibase
Bhadela
Mntungwa
Nonunu
Nomangcangca
Nogubel’egoduka
Nzipho zimnyama kukuqhwaya
Nkuluka
Dzujana
Choboka nje ngoMkhoma woThukela
Nyawo zimhlophe noxa zinodaka
Ntombezintle nabayeni bazo
Bharuza
Manyuza
Njujane
Nothuli
Nomangcangca
Mvelase
Magutywa
Mgubo odliwa ngabahambi bendlela
Mntungwa ka Mbulazi ka Ndaba
Nina enithi nidla nibe niyenga umuntu ngendaba
Nompundwana zincinane yanga zingongiwa linunu entle engadli mntu
Khand’iyeza etyeni
Ngabaphakela umyeni esithebeni kuba besonga amazimba

Izithakazelo zakwa Mfekayi

Mfekayi Clan Names :
OMfekayi oFunjwa,
Ndaba,
Mzingeli ongakhohlwa ihawu lakhe,
Mpangazitha,
Mncwango!

Makhonza Clan Names

Makhonza!
Ndaba,
Mgwiji,
Dumaphansi,
Manotha,
Mdeli ngokudel’umakoti,
Nina baka Nokhala !

Izithakazelo zakwa Ndebele

Ndebele Clan Names :
Ndaba
Mahaye
Vanande
Sibhukuli
MaBhele balekani imilenze ibomvu
Kwa Magwaza ongigwini wena o Magwaza intombi nesoka !

Izithakazelo zakwa Ndaba

Ndaba,
Badela,
Mntungwa,
Thibase,

Izithakazelo zakwa Madela

Izithakazelo zakwa Madela 😍 Madela Clan Praises

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madela Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Madela

Izithakazelo zakwa Madela 😍 Madela Clan Praises

  • Longode,
  • Ndaba, Gqigqqi,
  • Jange kaHhoyiyane,
  • Wena kaNzamela!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madela Whatsapp / call: 061 868 5163

Page 1 of 4

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: