clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Ndenza

Izibongo zakwa MaChi

Machi,
Goba,
Lawu,
Ndenza,
Sdununu sentsingizi encanyana ebika izulu
Mbonwa,
Jolwayo,
Mbusi,
Nina bomkhosi omhle uphuma nelanga
Lisela, Majikija, Tambo, Vezi, Xabanisa abantu belungisa
Goba elihle
Nomabhongo owadla amahlwili enkomo ethi yinyama

MACHI!

Izithakazelo zakwa Mjaja

Mjaja Goba Lawu Ndenza kaMlisela Xabanisa abantu belungisa Sdununu sensingiz’enyama ebika izilu liduma Dinwa kulilelwa Mbusi KaMbonwa wena kaJolwayo!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: