Find your Surnames Meaning, History, Origin & Clan Names

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Tag: Ndimande Page 1 of 3

Siluma Clan Names

Izithakazelo zakwa Siluma:

Shodo
Ndimande
Amacekwa amahle Shiyabantu njengenyamazane nibahle nezinyawo zenu nina enahla umkadade wabo wathi akanamehlo akananyongo umhlehlo isibhabhakazane O’mahlome endlini wathi akezokuya emashodweni ngoba akashayi kayabulala amazawezawe amhlophe Omagwaze’khuphule kucitheke amas*nde ndoda omabulal’ehleke.

Izithakazelo zakwa Siluma

Shodo Ndimande amacekwa amahle Shiyabantu njengenyamazane. amaNguni Thonga amathefuya enyakatho mpumalanga okwelika Zulu endaweni umhlabuyalingana lapho ekudabuka khona uSiluma wonkana. Read more

Siluma Clan Names

Shodo Ndimande amacekwa amahle Shiyabantu njengenyamazane nibahle nezinyawo.

Izithakazelo zakwa Mabizela

Izithakazelo zakwa Mabizela

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Mabizela Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Joseph Shabalala | AbakwaShabalala abavelele

Joseph Shabalala, born Bhekizizwe Joseph Siphatimandla Mxoveni Mshengu Bigboy Shabalala, was a South African singer and musician who was the Read more

Lunga Shabalala | AbakwaShabalala abavelele

Lunga Shabalala, is a South African actor, TV presenter and model. He rose to fame as a presenter on the Read more

Izibongo zakwa Duma / Dumisa

  • Ntenga,
  • Mthombeni,
  • Walaza,
  • Dlangisa,
  • Gcwensa,
  • Ndimande,
  • Mvula
Walaza Clan praises

Walaza Clan praises |  Izibongo zakwaWalaza  Nkala ka mphandana mlotshwa vumisa nodhlomo khathakhulwini ngelengele thiyane nombizane sitye'sihle esidlel'amasi nenyama nina Read more

Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande

Ngcobo Mapholoba, Nyuswa, Fuze, Mavela, Mafuzafulele njegefu lemvula, Mashiyamahle sengathi azoshumayela, Mavulankungu kuvelilanga, Sididane, Ngongoma, Maqadi amakhulu, Mbili Dube Mbuyazi, Read more

Izithakazelo zakwa Manana

Manana Clan Praises:

Manana

Ntsingila

Ncusi,

Mbuyisa, Nkabinde,

Ndimande kaGama!


Izithakazeko zakwa Ntshingila(Mabele,Mungwe)


Ntshingila! Mangwe amahle, nina abafana neziitsha zokubolekwa. OGombase, noNyathukazi, abathebula azalukazana. Nina oSbenge simabala,ondlu zikhanya ilanga, abavela endlebeni yendlovu, izizwe Read more


Ntshingila Clan Names | Izithakazelo zakwa Ntshingila


ntshingila, madlabane, sphepho, mahemu ezindlovu sinothuli malandela langa liyoshona emavaneni! 

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.

Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana


Izithakazelo zakwaMkhwanazi


Izithakazelo zakwaMkhwanazi Spheshu, Madubandlela, Somlomoti,Sodilakazi, Nkwaliyenkosi, Ndonga,Shamase,


Izithakazelo zakwa Mkhwanazi


Izithakazelo zakwa Mkhwanazi Spheshu, Madubandlela, Somlomoti,Sodilakazi, Nkwaliyenkosi, Ndonga,Shamase, Mwelase, Sontuli, Somkhele,Lele, Khowa,Mayanda, Dlebhu wabeSwazi, wena owagula wamis'intamo, Mashukumbeya, Mthendeleka, Mtubatuba Read more

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: