clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Ngcamphalala

Izithakazelo zakwa Ngcamphalala

Ngcamphalala, mcusi wendlunkunku nina enagigqika ngesilulu nafika kwaNgwane naba yizinduna zempi ngobuqhawe beno nina abamandla. Kuthe amaswazi ahlaselwa naye nalwa impi nayinqoba. Wena owendlu yamandla kuthe sowunqobe impi amaswazi aphenduka amambukwe abuzana odwa athi niyambona kodwa loNgcamphalala ukuthi uyolidla lezwe libengelakhe……..

Ukushiselwa

Kuthiwa umuntu wesifazane akasho ukuthi uyashiselwa kufanele athi uzwela ukushisa.

mawuthi uyashiselwa kusho ukuthi ufuna indoda la.

noma igazi likuthuma elawini…kodwa ezikhathin zamanje umuntu usezikhulumela inoma ikanjan nje.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: