Nhlangulela,
Gagase,
Mnyisa,
Thobalalisa dzepha,
Somveli,
Hlabinkomosidle sonke,
Khuze,
Mswazi,
Mahlokohloko adlinsimu ayililela,
Mathukalile njengomtwana,
Mqilathi olamba adlithole,
Hleledwana !
Tag: Nhlangulela
Izithakazelo zakwa Nhlangulela π Nhlangulela Clan Names
Gagase,
Mnyise,
Wena owanyisa inkosi ingasanyi,
Nowanqa,
Mdzepha,
Mathunyw’ avume,
Swati elihle elimhlophe,
Khuze!
Nhlangulela Clan Names
Nhlangulela, Gagase, Mdzepha Manyisa, Nina enadabula ehlangeni kwangabe kusalinywa, Mathiya! Nina bakwaNomkhobololo enehla ngeslulu nivela eSwatini !!!