Izithakazelo zakwa Hlela

  • Madlula,
  • Kunene, Mphumela,
  • Maqeda kaNkani,kadabula iziziba,
  • Hangala,
  • Malakubuswa, Hlangakazi,
  • Nyongo yenyathi,
  • Mashiya amambi,
  • Nhlonhlonthi,
  • Ngcwingcwi Ezikhotha komude ngoba komfishane ziyagoba!