πŸ’›

izithakazelo

Tag: niekrtk

Izithakazelo zakwa Shude Clan Names

Shude Clan Names & History

Shude,
Mbeny’eziklaklayo,
Sevu,
Nikwe,
Mbelu,
Mabhula,
Vubeko,
Ndekele,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela,
Mkhont’uyavutha !

Ukungapholisi amaseko

Ukungapholisi amaseko

Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into

Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén