clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Njoko

Izithakazelo nemvelaphi yakaNjoko/Njokwewe

NJOKO/NJOKWE: Nqamane kaNsele, kaLindamkhonto, Magujwa, Phangisa, abakaSibhadulemvuleni, kaBhoqo owadliwa ngendlala, abathunyiselwa ngonwali, badlumlenze badela isidumbu, AbeNtungwa abehla ngesilulu behamba nabakaKhumalo bevela eCentral Afrika, ababiza indlovu ngokuthi yiNjoko/u. UNjoko yibizo lendodana kaNsele eyabiza inzalo yayo ngegama layo yathi eyakaNjoko. Yazala indodana yayiqamba ngokuthi nguNqamane kaNsele.

Izithakazelo zakwaNjoko

Njoko Nqamane kaNsele Lindamkhonto kaMagutshwa, s’Bhadu semvula bhoqo lo owadliwa ngendlala mntungwa s’Thuli s’kaMkhawane Phangisa nodela s’dumbu adl’umlenze !

Izithakazelo zakwa Njoko 😍 Njoko Clan names

Uma uzazi izithakazelo zakwa Njoko, sicela uzifake kule blog ngikucindezela lapha

Izibongo zakwa Njoko

Njoko Clan Names & Njoko History

Njoko: If you know any information about this surname, such as Njoko Meaning, Njoko Origin, Njoko History or Njoko Clan names, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Please use the form below to add info for this or another surname/clan name:

Please complete the required fields.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: